Isibusiso sikaJehova phezu kwabambongayo uJehova
Igama lokukhuphuka.
1. Bhekani, nibonge uJehovanina nonke zinceku zikaJehovaenimi endlini kaJehova ebusuku.
2. Phakamiselani izandla zenu endlini engcwele,nimbonge uJehova.
3. UJehova makakubusise eseSiyoni,yena owenzile izulu nomhlaba.