Ngiyakunquma inqola kwa-Efrayimi nehhashi eJerusalema,nomnsalo wokulwa uyakunqunywa;iyakukhuluma ukuthula kwabezizwe,nokubusa kwayo kuyakusukela elwandle kuze kufike elwandle,kusukela eMfuleni* kuze kufike emajukujukwini omhlaba.