Unumeri 26:51-53 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

51. Yilabo ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nanye namakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu.

52. UJehova wakhuluma kuMose, wathi:

53. “Izwe liyakwahlukaniselwa bona labo, libe yifa labo njengokomumo wamagama.

Unumeri 26