Unumeri 26:31-33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. kwa-Asiriyeli: ngumndeni wakwa-Asiriyeli;kwaShekemi: ngumndeni wakwaShekemi;

32. kwaShemida: ngumndeni wakwaShemida;kwaHeferi: ngumndeni wakwaHeferi.

33. USelofehadi indodana kaHeferi wayengenamadodana enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi ayengoMahela, noHogila, noMilka, noTirisa.

Unumeri 26