Unumeri 24:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. Wathatha isisho sakhe, wathi:“Maye, ngubani oyakuphila,lapho uNkulunkulu ekwenza lokhu, na?

24. Imikhumbi iyakuvela ogwini lwaseKitimi,imhluphe u-Ashuri,imhluphe u-Ebere,naye aye ekubhujisweni.”

25. UBileyamu wayesesuka, wahamba, wabuyela endaweni yakhe; uBalaki wahamba ngeyakhe indlela.

Unumeri 24