Umika 4:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Uyakwahlulela phakathi kwezizwe eziningi,anqume phakathi kwezizwe ezinamandla ezikude;ziyakukhanda izinkemba zazo zibe ngamakhuba,imikhonto yazo ibe ngocelemba;isizwe asiyikuphakamisela isizwe inkemba,zingabe zisafuna ukulwa.

Umika 4

Umika 4:1-7