Khona bayakukhala kuJehova,kepha akayikubaphendula;uyakusitheza ubuso bakhe kubo ngaleso sikhathingenxa yokwenza kwabo izenzo zabo zibe zimbi.