Ujeremiya 48:46-47 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

46. Maye kuwena Mowabi!Abantu bakaKemoshi baphelile,ngokuba amadodana akho athunjiwe,namadodakazi akho ayiswe ekuthunjweni.

47. Kepha ngiyakubuyisa ukuthunjwa kukaMowabingezinsuku ezizayo,” usho uJehova.Kuphela lapha ukwahlulelwa kukaMowabi.

Ujeremiya 48