Ngabantwana bakwa-Amoni. Usho kanje uJehova, uthi:“U-Israyeli kanamadodana,kanandlalifa, na?UMilkomu udleleni ifa likaGadi,abantu bakhe bahlale emizini yakhe, na?