Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto;ngubani onomqondo, azazi, na?Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile;abalungileyo bayakuhamba ngazo,kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo.