Ngobuningi bobubi bakho ekuthengeni kwakho okungalungileungcolisile izindlu zakho ezingcwele;ngase ngiphumisa umlilo phakathi kwakho, wakuqeda;ngakwenza umlotha emhlabeniemehlweni abo bonke abakubonayo.