Uhezekeli 2:9-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. Ngase ngibheka, naso isandla saselulelwe kimi, naphakathi kwaso, bheka, ngumqulu wencwadi.

10. Waweneka phambi kwami; wawulotshiwe ngaphakathi nangaphandle, kubhaliwe kuwo izililo nezililiselo, nokuthi: “Maye!”

Uhezekeli 2