Uhezekeli 19:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Kepha wasishulwa ngokufutheka,waphonselwa phansi,umoya wasempumalanga womisa izithelo zawo;isiqu sawo esiqinileyo saphulwa,sabuna, umlilo wasiqeda.

13. Manje usutshaliwe ehlane ezweni elishileyo nelomileyo.

14. Umlilo uphumile esiqwini sawo,wadla amagatsha awo nezithelo zawo,kwaze kwangabe kusaba khona kuwo igatsha eliqinileyo,nantonga yokubusa.’Lokhu kuyisililo; makube yisililo.”

Uhezekeli 19