Kepha wasishulwa ngokufutheka,waphonselwa phansi,umoya wasempumalanga womisa izithelo zawo;isiqu sawo esiqinileyo saphulwa,sabuna, umlilo wasiqeda.