ULameka wathi kubo abafazi bakhe:“Ada noSila, yizwani izwi lami;nina bafazi bakaLameka,lalelani ukusho kwami:Bhekani, ngibulala umuntungenxeba engilitholayo,nensizwa ngomvimbo engiwuzwiswayo.