UMoya weNkosi uJehova uphezu kwami,ngokuba uJehova ungigcobileukuba ngishumayele izindaba ezinhlekwabathotshisiweyo;ungithumele ukubopha abanhliziyo ezaphukileyo,nokumemezela ukukhululwa kwabathunjwanokuvulelwa kweziboshwa itilongo,