Ngokuba uMenzi wakho ungumyeni wakho,nguJehova Sebawoti igama lakhe;oNgcwele ka-Israyeli unguMhlengi wakho,uyakubizwa ngokuthi uNkulunkulu womhlaba wonke.