“Ungesabi, ngokuba awuyikujabha,ungabi namahloni,ngokuba awuyikujabhiswa,ngokuba uyakukhohlwa ihlazo lobusha bakho,ungabe usawakhumbula amahloni obufelokazi bakho.