Kepha ububi buyakukwehlela,awuyikwazi lapho buvela khona;nengozi iyakuwela phezu kwakho,awuyikuba namandla okuyichezukisa,incithakalo ifike phezu kwakho ngokuzumayo,ungazi.