Indawo yokushisela kade yahlelwa,yebo, yalungiselwa nenkosi;uyenze yajula, yaba banzi;igoqo layo lingumlilo nezinkuni eziningi,nokuphefumula kukaJehova kunjengomfula wesibabule;kuyayokhela.