Ngokuba lapho ebona abantwana bakhe,umsebenzi wezandla zami phakathi kwakhe,bayakungcwelisa igama lami,yebo, bayakungcwelisa oNgcwele kaJakobe,bamesabe uNkulunkulu ka-Israyeli.