U-Isaya 16:13-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. Yileli izwi uJehova alikhulumayo ngoMowabi ngaleso sikhathi.

14. Kepha manje uJehova ukhulumile ukuthi: “Phakathi kweminyaka emithathu njengeminyaka yomqashwa udumo lukaMowabi luyakudelelwa, noma enezixuku eziningi; insali iyakuba ncane kakhulu, ingabi namandla.”

U-Isaya 16