U-Amose 3:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Yizwani leli zwi uJehova alikhulumile ngani bantwana bakwa-Israyeli, ngawo wonke umndeni engawukhuphula ezweni laseGibithe, ngokuthi:

2. “Nginazile nina kuphela emindenini yonke yomhlaba;ngalokho ngiyakunihambela ngabo bonke ububi benu.”

3. Kuhamba ababili kanyekanye,uma bengavumelananga, na?

U-Amose 3