U-Amose 2:13-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. “Bhekani, ngiyakunicindezela endaweni yenunjengengqukumbane icindezela,igcwele izithungu.

14. Onejubane uyakuswela ukubaleka;onamandla akayikuqinisa amandla akhe,neqhawe aliyikuzikhulula.

15. Obambe umnsalo akayikuma;onejubane ngezinyawo zakhe kayikuzikhulula,nokhwele ihhashi akayikuzikhulula;

16. onesibindi phakathi kwamaqhaweuyakubaleka ze ngalolo suku,” usho uJehova.

U-Amose 2