U-Amose 1:10-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Kepha ngiyakuthuma umlilo ogangeni lwaseTire,uqede izindlu zalo zamakhosi.”

11. Usho kanje uJehova, uthi:“Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Edomi,yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka,ngokuba wamxosha umfowabo ngenkemba,walahla isihe sakhe,wagcina ulaka lwakhe,wayilondoloza intukuthelo yakhe.

12. Kepha ngiyakuthuma umlilo eThemani,uqede izindlu zamakhosi zaseBosira.”

13. Usho kanje uJehova, uthi:“Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabantwana bakwa-Amoni,yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka,ngokuba baqaqile abakhulelweyo kwaGileyadiukuba bayenze banzi imikhawulo yabo.

14. Kepha ngiyakuphemba umlilo ogangeni lwaseRaba,uqede izindlu zalo zamakhosi ngokumemeza ngosuku lokulwa,nangesiphepho ngosuku lwesivunguvungu.

U-Amose 1