Usho kanje uJehova, uthi:“Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Edomi,yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka,ngokuba wamxosha umfowabo ngenkemba,walahla isihe sakhe,wagcina ulaka lwakhe,wayilondoloza intukuthelo yakhe.