Amahubo 76:9-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. mhla evuka uNkulunkulu ukuba ahlulele,asindise bonke abathobekileyo bomhlaba. Sela*

10. Ngokuba ulaka lomuntu luyakukudumisa;insalelo yolaka uyakuyibhinca.

11. Thembisani, nigcwalise izithembiso kuJehova uNkulunkulu wenu.Bonke abamzungezileyo mabalethe izipho kuye owEsabekayo.

12. Uyanquma umoya wezikhulu,wesabeka kuwo amakhosi omhlaba.

Amahubo 76