Amahubo 67:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UNkulunkulu makabe nomusa kithina, asibusise;makakhanyise ubuso bakhe phezu kwethu, Sela*

2. ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni,insindiso yakho kubo bonke abezizwe.

3. Abantu mabakubonge, Nkulunkulu;mabakubonge abantu bonke.

Amahubo 67