Amahubo 6:7-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Iso lami liyafiphala ngokudabuka;liyaguga ngenxa yezitha zami zonke.

8. Dedani kimi nina nonke enenza okubi,ngokuba uJehova ulizwile izwi lokukhala kwami;

9. uJehova uzwile ukunxusa kwami,uJehova uyamukela umkhuleko wami.

10. Zonke izitha zami ziyakujabha,zishaywe luvalo;ziyakuhlehla, zijabhe ngokuphazima kweso.

Amahubo 6