Ukulunga kwakho angikuthukusanga enhliziyweni yami;ngashumayela ukukholeka kwakho nensindiso yakho;umusa wakho neqiniso lakho angikufihlelanga ibandla elikhulu.