Amahubo 39:12-13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. “Yizwa umkhuleko wami, Jehova,ulalele ukumemeza kwami;ungathuli ngezinyembezi zami,ngokuba ngingumfokazi kuwe;ngiyisihambi njengokhokho bami bonke.

13. Yeka ukungibuka, ngize ngincibilike,ngingakamuki lapha,ngingabe ngisabakho.”

Amahubo 39