Amahubo 36:10-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Mawume umusa wakho kubo abakwaziyo,nokulunga kwakho kubo abaqotho ngenhliziyo.

11. Unyawo loziqhenyayo malungangifikeli;nesandla somubi masingangixoshi.

12. Bheka, bawile abenza okubi;bawiswe phansi, abasenakuvuka.

Amahubo 36