Amahubo 28:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngikhala kuwe Jehova;Dwala lami, ungabi yisithulu kimi,funa kuthi, uma uthula kimi,ngifane nabashona emgodini.

2. Yizwa izwi lokunxusa kwami,nxa ngikhala kuwe,ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.

Amahubo 28