Amahubo 21:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Jehova, inkosi iyajabula ngamandla akho;iyethaba kangakanani ngensindiso yakho.

2. Uyinikile njengokwenhliziyo yayo,nesicelo sezindebe zayo awusinqabanga. Sela*

3. Ngokuba wayihlangabeza ngezibusiso zokuhle;wafaka umqhele wegolide elihle ekhanda layo.

4. Yacela ukuphila kuwe,wayinika khona,izinsuku ezinde kuze kube phakade naphakade.

Amahubo 21