Ngiyakukhuleka phambi kwethempeli lakho elingcwele,ngibonge igama lakho ngenxa yomusa wakho neqiniso lakho,ngokuba phezu kwakho konke uphakamisile igama lakho nezwi lakho.