Amahubo 121:4-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Bheka, olonda u-Israyeli akozeli,akalali.

5. UJehova ungumlondi wakho;uJehova ungumthunzi wakho ngasesandleni sakho sokunene.

6. Ilanga aliyikukushaya emini nenyanga ebusuku.

7. UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke;uyakulonda umphefumulo wakho.

8. UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakhokusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.

Amahubo 121