Amahubo 121:2-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Usizo lwami luvela kuJehovaowenzile izulu nomhlaba.

3. Akayikuvuma ukuba unyawo lwakho lushelele;okulondolozayo akayikozela.

4. Bheka, olonda u-Israyeli akozeli,akalali.

5. UJehova ungumlondi wakho;uJehova ungumthunzi wakho ngasesandleni sakho sokunene.

Amahubo 121