2 Usamuweli 22:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. wathi:“UJehova uyidwala lami,nenqaba yami, nomkhululi wami;

3. uNkulunkulu uyidwala lamiengiphephela kulo,nesihlangu sami,nophondo lokusindiswa kwami,inqaba yami ephakemeyo nesiphephelo sami;msindisi wami, uyangisindisa ebudloveni.

4. Ngiyamemeza kuJehovaodumisekayo,ngisindiswe ezitheni zami.

2 Usamuweli 22