2 Usamuweli 22:16-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. Kwase kubonakala imisinga yamanzi;izisekelo zomhlaba zambulwangesijeziso sikaJehova,ngokufutha komoya wamakhala akhe.

17. Waselula isandla sakhe ephezulu,wangibamba;wangikhipha emanzini amaningi.

18. Wangophula esitheni samiesinamandlanakubo abangizondayo,ngokuba base bengahlulile.

19. Bangihlasela ngosuku lwesigemegemesami,kepha uJehova waba yinsika yami.

2 Usamuweli 22