2 Usamuweli 22:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UDavide wakhuluma kuJehova amazwi aleli hubo mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule,

2. wathi:“UJehova uyidwala lami,nenqaba yami, nomkhululi wami;

3. uNkulunkulu uyidwala lamiengiphephela kulo,nesihlangu sami,nophondo lokusindiswa kwami,inqaba yami ephakemeyo nesiphephelo sami;msindisi wami, uyangisindisa ebudloveni.

2 Usamuweli 22