Kuvunyiwe ukuthi inkulu imfihlakalo yokukhonza uNkulunkulu yokuthi:Owabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni,wabonwa yizingelosi, washunyayelwa ezizweni,wakholeka ezweni, waphakanyiselwa enkazimulweni.