1 Kajohane 4:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Bathandekayo, maningakholwa yibo bonke omoya, kepha hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.

1 Kajohane 4

1 Kajohane 4:1-6