1 Izikronike 5:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Amadodana kaRubeni, izibulo lika-Israyeli ngokuba wayeyizibulo; kepha njengokuba wangcolisa umbhede kayise, ubuzibulo bakhe banikwa amadodana kaJosefa indodana ka-Israyeli, futhi akabhalwa ngezizukulwane njengezibulo.

1 Izikronike 5

1 Izikronike 5:1-6