1 Izikronike 4:42-43 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

42. Abanye babo, amadodana kaSimeyoni, abantu abangamakhulu ayisihlanu, baya entabeni yaseSeyiri benezinduna zabo oPhelathiya, noNehariya, noRefaya, no-Uziyeli, amadodana ka-Ishi.

43. Bachitha insali yama-Amaleki ephunyukileyo, bahlala khona kuze kube namuhla.

1 Izikronike 4