Uzefaniya 3:19-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Bhekani, ngaleso sikhathi ngiyakuphatha bonke abakuhluphayo,ngisindise abaqhugayo,ngibuthe abaxoshiweyo,ngibenze indumiso negamaabahlazo labo lalisemhlabeni wonke.

20. Ngaleso sikhathi ngiyakuningenisa,ngaleso sikhathi ngiyakunibutha,ngokuba ngiyakunenza igama nendumisophakathi kwabantu bonke bomhlaba,lapho ngibuyisa ukuthunjwa kwenuphambi kwamehlo enu,” usho uJehova.

Uzefaniya 3