Ingcebo yabo iyakuba yimpango,nezindlu zabo incithakalo;bayakwakha izindlu,kepha abayikuhlala kuzo,batshale izivini,bangaliphuzi kodwa iwayini lazo.