Uzakariya 14:12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Yikho okuyakuba ngukushaya uJehova ayakushaya ngakho bonke abantu abalwe neJerusalema: inyama yabo iyakudleka besemi ngezinyawo zabo, namehlo abo ayakuphelela ezikhoxeni zawo, ulimi lwabo ludleke emlonyeni wabo.

Uzakariya 14

Uzakariya 14:10-18