Izwi lokukhala kwabelusi!ngokuba udumo lwabo luyachithwa;izwi lokubhonga kwamabhongo ezingonyama!ngokuba ubuhle beJordani buyaqothulwa.