Unumeri 32:38-40 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

38. neNebo, neBali Mehoni iphendulwe ngamagama neSibima; banika imizi abayakhayo amanye amagama.

39. Abantwana bakwaMakiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, baxosha ama-Amori ayekulo.

40. UMose wanika uMakiri indodana kaManase elakwaGileyadi, wahlala kulo.

Unumeri 32