Unumeri 31:14-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

14. UMose wazithukuthelela iziphathimandla zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazibuya empini.

15. UMose wathi kuzo: “Nisindisile bonke abesifazane na?

16. Bhekani, laba benza ukuba abantwana bakwa-Israyeli ngesiluleko sikaBileyamu baphambeke kuJehova ngendaba yasePeyori, kwaba khona isifo phakathi kwenhlangano kaJehova.

Unumeri 31